Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo nokubhalisela izitshalo ezahlukene

Ukudayisa imbewu ephuma ezitshalweni, Kufanele ubhalisele ezitshalo ezahlukene.

Ngaphambi kokuba udayise izitshalo ezahlukene, kufanele ubhalisele ukwenza kancono izitshalo ukuze uhlobo oluhlukene lezitshalo zakho luzokwaziwa.

Ungacela u Mnyango wezolimo, amahlathi kanye nezezinhlanzi (DAFF) bafake isitshalo esisha ohlelweni lwezitshalo ezahlukene ku Plant Improvement Act, 1976 (Table 2 of the Act)

I DAFF igcina uhla lwezitshalo,  nezithelo.

Abakubhekelayo ukubaluleka kwesitshalo kuleli lase Ningizimu Afrika.

  • Isitshalo sifakwa ohlweni noma saziwa uma kukhona lokhu okulandelayo:
    • Kumele sihlukaniseke kwezinye izinhlobo zezitshalo.
    • Kumele zifane, kufanele izitshalo zifane futhi zibe uhlobo olulodwa.
    • Kufanele sikwazi ukubukeka sisesimeni noma sesisetshenzisiwe.
    • Kufanele kube ngezamukelekile.

Okufanele ukwenze

  • Hambisa lokhu okulandelayo kumbhalise we Plant Improvement:
    • Ifomu eligcwalisiwe
    • Imibuzo emayelana nesitshalo 
    • Inani elibekiwe 
    • Uhlobo lwesitshalo esizohlukaniswa 
    • Incwadi yesivumelwano evela kumphathi, uma ungazenzelanga wena imbewu. 
  • Kufanele ufake yonke imininigwano ezokwenza isitshalo sakho sihluke kwezinye ezikhona kuleli lase Ningizimu Afrika.
  • Kukhona izinsuku okufalene kuhanjiswe ngazo izicelo. Lezinsuku, inani lesikalo sezitshalo ezizonezezelwa kufanele zihanjiswe lazidingakala khona.

Uma kufanele ubenemvumo yokwenza imbewu, aba Bhalisi bayalulekwa ukuba balethe izicelo kanye nencwadi kanye kanye kuze bonge isikhathi nemali.

Isikhathi esinqunyiwe

Kungathatha izigaba ezimbili esikhathi sonyaka .

Kubiza malini

Imali ekhokhwayo yowezi 2024/25

Amafomu okumele agcwaliswe

Imininingwane yokuxhumana

 

National office

Director: Plant Production
Department of Agriculture, Forestry and Fisheries
Private bag x250
PRETORIA

Tel: 012 319 6079/6072
Fax: 027 12 319 6372
E -mail: DPP@dalrrd.gov.za

Physical address:  Harvest House, 30 Hamilton Street, Arcadia, Pretoria
 

Share this page