Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ngosizo sesibonelelo sesitifiketi sokuthwala usthwala
Uma ufuna ukungenisa utshwala noma umkhiqizo wotshwala kanye namabhodlela kuleli lase Ningizimu Africa, kumele ubhalisele isicelo sesitifiketi sokuletha utshwala ngaphambi kokuba umkhiqizo wakho udedelwe ekungenisweni.
Ufaka isicelo sesitifiketi sokungenisa kanye nje qha,emva kwalokho ube sewusebenzisa inombolo ephume nesitifiketi ebhodlelen aloyomkhiqizo ayishitshi
Okufanele ukwenze
- Thola ifomu lesicelo ngaphansi kwamafomu uligcwalise. Isiceli sakho kumele siphelekezelwe isibonelelo noma esiyisikali esingu 750ml womkhiqizo enifuna kuwungenisa kuleli.
- Thumela ifomu lesicelo nesibonelelo emahhivisi akwa Division Liquor Product nge posi kwa: Private Bag X5015, Stellenbosh 7599 noma uyilethe ngokwakho kwa Plant Quarantine Station, FSQA, Polkdraai Road, Stellenbosch.
- Uma ufuna ukuletha utshwala sebusemabodleleni sitrhumelele isibonelelo sebodlela elizosebenziswa ekudayisweni kukatshwala. Ilebuli izobhekwa ukuth iyambisana yin nezinqumo mgomo zakwa Liquor Product Act 1989.
- Uma uletha inani elikhulu lotshwala kumele uqale ulethe isibonelelo senani elingu 750ml wamabodlela.
- Ngaphambi kokuletha umkhizqizo wotshwala kulela lase Ningizimu Africa kumele ukhiphe isaziso esiyimzuzu engu 48 wamahora kwaDivision Quality Audit.
- Uma ufika esikhumulweni kumele ufake isicelo sokuthutha utshwala ubusa la buzothengiselwa khona eNingizimu Africa.
Isikhathi esinqunyiwe
Asikho isikhathi esikalelwe loluhwebo.
Kubiza malini
Imali ekhokhwayo yowezi 2025/26
Amafomu okumele agcwaliswe
Application for an import certificate
Imininingwane yokuxhumana
Regional offices
Tel 021 809 1660
Fax 021 887 9457
E-mail jeswaynen@dalrrd.gov.za
Physical address: Plant Quarantine Station, Polkadraai Road, Stellenbosch 7600
Postal address: Inspection Services – Stellenbosch, Private Bag X5015, Stellenbosch 7599
Web address: https://www.dalrrd.gov.za/Branches/Agricultural-Production-Health-Food-Safety/Inspection-Services/About-Us