Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ngosizo isicelo sesitifiketi sokuwelisa uphuzo oludakayo
Kumele ufake isicelo sesibonelelo sesitifiketi sokuthumela utshwala kwamamye amazwe, uma ufuna ukuthumela okungaphezulu kwamalitha ayi 12 ophuzo oludakayo obe uzenzela wena. Ungathumela okungenani amalitha ayi 180l ngonyaka.
Akudingekile ukuba ufake isicelo sesitifiketi:
- Isigqhi sotshwala sokungaphezu kwe phesenti elilodwa, sakha isikalo sempahla okudingeka uyiphathe yize kungokokuthi uziphuzele wena.
- Ungaphathi okungaphezu kwamalitha ayi 12 ngobubanzi.
Awuvumelekile ukuba usebenzise lesi isitifiketi ukudayisa noma ukuzondezela utshwala.
Okufanele ukwenze
- Kumele uchathaze amafomu e: Isicelo sesibonelelo sokuthumela ngaphesheya kwezilwandle , Lawo mafomu kumele uwagcwalise wonke uwathumele. Awunamathiseli lutho futhi akudingekile ukuba ulethe amasampula otshwala ofuna ukubuthumela.
- Uma uthola imvume eMtateni, kumele uyinikeze uMhloli wasemnyangweni weZolimo enye indlela ukuthi uthumele ku: jeswaynen@nda.agric.za ngaphambi kokuba uye eMtateni.
Kubiza malini
Imali ekhokhwayo yowezi 2025/26
Amafomu okumele agcwaliswe
Application for an import exemption (Isicelo sesibonelelo sokuthumela kwamanye amazwe)
Regional office
Tel: 021 809 1660
Fax: 021 887 9457
E-mail: jeswaynen@nda.agric.za
City/town: Stellenbosch
Province: Western Cape
Physical address: Plant Quarantine Station, Polkadraai Road, Stellenbosch 7600
Postal address: SAAFQIS – Stellenbosch, Private Bag X5015, Stellenbosch 7599