Imvume Yokuprosesa Izinhlanzi

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo mayelana no kubhalisela uhlelo lokwenziwa kwezinhlanzi

Uma ukuhlanganyela ngohlelo lokwenziwa kwezinhlanzi, Kumele ube nemvumo yohlelo lokwenziwa kwezinhlanzi FPE permit. Ungabhalisela lemvumo uma uthole isimemo kwi Gazette ka Hulumeni. Nesikhungo sezolimo, Amahlathi nezezinhlanzi ziyasamukela lesisicelo.

I FPE kuba imoto, isikebhe noma indawo la ezinye zezinto zikhiqizwa kusetshenziswa izinhlanzi. Kungakhiqizwa nganoma iluphi uhlobo, ukusika, ukucuba ukuhlukanisa. Loluhlelo lubhekelene futhi nanendawo lapho izinhlanzi zi gqunywa khona, noma zithakwakhona ngenhloso yokwenza ibhizinisi kuleli nangaphandle.

Imiphumela itholakala emva kosuku lokugcina lokufaka izicelo. Isikhungo sezolimo, amahlathi kanye nezezinhlanzi isona esinekezela ngemiphumela. Uma uyitholile imvumo yohlelo lokwenziwa kwezinhlanzi kufanele uthole imvumo ekugunyaza ukuba usebenzise imvumo yakho.

Ungqongqoshe uzogunyaza imvumo ngaphandle kwezizathu ezithile. Uma uyitholile imvumo yohlelo lokwenziwa kwezinhlanzi kufanele uthole imvumo ekugunyaza ukuba usebenzise imvumo yakho.

Qaphela: Kufanele uvuselele imvumo yakho njalo ngonyaka. Uma ungalandeli imithetho yemvumo noma iphemithi kungadala ukuba imvumo yakho imiswe noma isulwe emabhukwini.

Okufanele ukwenze

Uhlelo lokubhalisa:

  • Uma sekukhishwe isimemo ku Gazette ka Hulumeni, Kufabele uye esikhungweni esibhalwe kusimemo.
  • Funda uqondisise imininingwano edingakalayo
  • Khokha inani lemali engabuyi ebhaliwe ku Gazette.

Ukufaka isicelo semvumo:

  • Bhalisela imvumo ngokunikeza incwadi enesizathu sokuthola imvumo.
  • Thumela incwadi ku Department at Private Bag X2, Roggebaai, 8012.

Imininingwano yokuthola imvumo:

  • Qwalisa ifomu lesicelo bese ufaka lokhu okulandelayo:
  • Ukhophi kamazisi egxiviziwe
  • Igunya elikunikeza ukuthi kubekhona umuntu omufakela isicelo
  • Ikhophi eligxiviziwe elinemininingwano yenkampani yakho
  • Isitifiketi se Tax Clearance
  • Isiqiniseko sesivumelwano sesikhashana sokwenza izinhlanzi uma sidingeka
  • Ikhophi egxiviziwe yesivumelwano yomuntu oletha impahla ezida ukwenziwa
  • Lakudingeka khona, letha isicifiketi esitholalkala kwa National Regulator for Compulsory Specifications (NRCS)
  • Uma izinhlanzi zizodliwa abanti, thola isicifiketi sokugcina ukudla esikhungweni esiseduzane.

Isikhathi esinqunyiwe

Ukubhalisela imvumo kungathatha inyanga eyodwa kuya kwezintathu kuya ngesizathu sesicelo nokubhalisa neminye imininingwano.

Kubiza malini

Imali

Amafomu okumele agcwaliswe

Iya kwisikhungo sesozilo, amahlathi kanye nabadobi e Kapa: Customer Service Centre, Ground Floor, Foretrust Building, Martin Hammerschlag Way, Foreshore, Cape Town ukuthola imininingwane noma thola ifomu lokufaka isicelo semvumo yoku noma iya la kukhishwa khona amafomu uma sekumenyezelwe Isikhungo uma sekukhishwe isimemo esishicilelwe kwi Gazette ka Hulumeni.

Imininingwane yokuxhumana

 

Fisheries Customer Service Centre:
Tel 086 000 3474 / 021 402 3443
E-mail: cscenquries@environment.gov.za

Physical address: Ground Floor, Foretrust Building, Martin Hammerschlag Way, Foreshore, Cape Town 8000
Postal address: Department of Agriculture, Forestry, and Fisheries, Private Bag X2, Roggebaai, Cape Town, 8012

Share this page