Isicelo sokubhalisa njengomfakeli wezimpawu emfuyweni

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo nokubhalisela ukwenza izimpawu ezifaka ezilwaneni

Uma ufuna ukufaka omaka ezilwaneni ngenhloso yokwenza imali, kufanele ufane isicelo kwa Department of Agriculture, Land Reform and Rural Development (Registrar: Animal Identification) ukuze ubhaliselwe ukufaka omaka ezilwaneni.

Kufanele ufundele lokhu okulandelayo:

  • Ube nolwazi olujulile lwezifundo:
    • hot iron branding
    • freeze branding
    • tattooing
    • restraining and marking animals 
    • legislation regarding the identification and welfare of animals.

Njengomuntu ofaka omaka ezilwaneni, kufanele ugcine uhla lobufakazi bezilwane ozifake umaka.

Okufanele ukwenze

  1. Shayela ucingo kwa: Registrar of Livestock Identification in Pretoria inombolo yocingo (012) 319 6000 Bazokunikeza imininingwana yesikhungo la ungathola khona usizo lokumele ukufundele ukuze wenze lomsebenzi.
  2. Uma usuqedile ukufundela umsebenzi, uyobe usuthola ifomu okufanele uligcwalise.
  3. Isikhungo sizokwazisa u Mbhalisi ukuthi uphothule izifundo zakho futhi usungabhaliswa ukuba ufake umaka ezilwaneni.
  4. Umbhalisi uzobhala igama lakho kuhla lwabantu ababhalisele ukufaka omaka ezilwaneni.

Isikhathi esinqunyiwe

Uzobhaliswa ukuba ufake omaka ezilwaneni uma usuphothule izifundo eziqondene nalomsebenzi.

Kubiza malini

R 200

Amafomu okumele agcwaliswe

Isikhungo sinukezela ngamafomu uma sewuphothule isifundo esibhekelene nalomsebenzi.

Imininingwane yokuxhumana

Tel: 012 319 6000
Fax: 012 319 7551
Email: makokom@daff.gov.za
City/town: Pretoria
Province: Gauteng
Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera Pretoria Postal address: Registrar: Animal Identification, Private Bag X138, Pretoria 0001

 

Tel: 012 319 6000
Fax: 012 319 7551
E-mail:
makokom@daff.gov.za

Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria
Postal address: Registrar: Animal Identification, Private Bag X138, Pretoria 0001

Share this page