Isicelo sama-benefit okunakekela ingane engeyona eyakho ngokuzalwa kwisikhwama se-Unemployment Insurance Fund (UIF)

Uma unengane oyikhulisa ngokomthetho eneminyaka engaphansi kwemibili futhi udonselwa imali ye-UIF ungase ucele isinxephezelo sengane yokutholwa.

Ukuze ufaneleke ukuthola isinxephezelo, kumele kube ukuthi uyayeka ukusebenza ukuze unakekele leyo ngane futhi ngesikhathi ukulelo khefu lokunakekela ingane yokutholwa uhola imali engaphansi kwaleyo oyiholayo ngokuvamile.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nesinxephezelo se-UIF sezingane zokutholwa noma thintana nabakwa-UIF.

 

Share this page