Isicelo sama-benefit okukhulelwa kwisikhwama se-Unemployment Insurance Fund (UIF)

Uma ungowesifazane osebenzayo odonselwa imali ye-UIF, ungafaka isicelo sesinxephezelo sokuyobeletha lapho uthatha ikhefu lokuyobeletha.

Ukuze ufaneleke ukuthola isinxephezelo, kumele kube ukuthi ngesikhathi usekhefini lokuyobeletha uhola imali engaphansi kwaleyo oyiholayo ngokuvamile.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nesinxephezelo sokuyobeletha noma thintana nabakwa-UIF.

 

Share this page