Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze - ISTA

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo nokufaka isicelo sesitifiketi sokuhlola imbewu emhlabeni wonke (ISTA)

Bhalisela isitifiketi sokuhlola imbewu kumhlaba wonke endaweni yokuhlola imbewu esemthethweni.

OSTL indawo yokuhlola esemthethweni (inombolo yegunya ZA01) ye ISTA. OSTL igunyazwe ukunikezela ngezitifiketi zokuhlola imbewu.

Ungabhalisela isitifiketi sembewu esi Wolintshi noma esi Luhlaza

  • Isitifiketi esi Wolintshi sikhishwa uma isampula seyenziwe ngokusemthethweni emva kokuhlolwa kwembewu, kwenziwa ohlola imbewu ngokusemthethweni. Isitifiketi Isitifiketi sibhekele isampula ehloliwe.
  • Isitifiketi esi Luhlaza sikhishwa uma isampula seyenziwe ngokusemthethweni emva kokuhlolwa kwembewu, kwenziwa ohlola imbewu ngokusemthethweni. Isitifiketi sibhekele isampula ehloliwe.

Okufanele ukwenze

Ukuthola isitifiketi esiwolintshi:

  1. Thola ifomu noma xhumana ne OSTL bese ugcwalisa ifomu lesitifiketi esiwolintshi kumhlaba wonke jikelele.
  2. Cela uhla olusemthethweni lwezinombolo zembewu.
  3. Thumela ngesikhahlamezi ku OSTL ku (012) 808 5383 noma ngemeyili ku SeedTesting@daff.gov.za.
  4. Uma isicelo sakho sesifikile, isicelo sizonikezelwa ngenombolo bese isicelo sakho sithunyelwa ngesikhahlamezi noma nge meyili kuwena. Siyosithunyelwa ngesikhahlamezi noma nge meyili kumcubunguli esikhungweni esiseduze nala isilinganiso siyokwekzelwa khona.
  5. Lungisa imbewu ukuze ihlolwe. Lokhu kufaka nokuthi ubhale izinombolo ezinikezelwe uhlobo lwembewu. Bhala noma bekisa izitsha (ubhale ngokucacile) noma ubhale izinombolo zezitshalo. 
  6. When the seed lots are ready for sampling, notify the sampler to come and draw samples.
  7. The sampler is responsible for the official sampling and sealing of the seed lot(s).
  8. Amasampula athunyelwa ku OSTL bese ehlolwa bese kukhishwa isitifiketi. 
  9. Uma usuthumele isampula, uyobe usuthola isitatimende sokukhokha.
  10. Khokha inani lokuhlola imbewu bese uthumela isiqiniseko esikhombisa ukuthi ukhokhile ku OSTL noma uthumele isikhahlamezi noma imeyili ukuze kudedelwe isitifiketi.

Ukuthola isitifiketi esiluhlaza:

  1. Faka isicelo sesitifiketi esiluhlaza kanye nemcwadi ekhombisa igama lenkampani, ukubhala imbewu kanye nezibonakaliso ezisemthethweni azanele. 
  2. Imininingwano yasebhangi yokukhokhela isitifiketi Esiwolintshi nesi Luhlaza kumhlaba wonke.
  3. Khokha inani lokuhlola imbewu bese uthumela isiqiniseko esikhombisa ukuthi ukhokhile ku OSTL noma uthumele isikhahlamezi noma imeyili ukuze kudedelwe isitifiketi.

Igama lebhange: Standard Bank
Igama legatsha: Arcadia
Ikhodi yegatsha: 01-08-45
Inombolo yasebhangi: 011244887
Igama lesikhwama: NDA Seed Testing Services

Ungakhokha ngendlela yesimanje noma ezindaweni okukhokhwa.

Khumbula ukufaka inombolo yesitatimende ukuze kuzobonakala ukuthi ukhokhela bani.

Isikhathi esinqunyiwe

I OSTL ibhekele ukuhlolwa kwembewu ngesizathu soyidlulisela kwamanye amazwe. Izinhlobonhlobo zezitshalo zihlolwa ngendlela ehlukile nesikhathi sokuhlola sihlukile, kungaba izinsuku noma amaviki.

Kubiza malini

Imali ekhokhwayo yowezi-2024/25

Amafomu okumele agcwaliswe

Ukubhalisela isitifiketi esiwolintshi emhlabeni wonke  (OIC) (Application for the issuance of an Orange International Certificate (OIC)

Imininingwane yokuxhumana

 

Tel: 012 3196262/6311
Fax: 012  319 6372 
E-mail: BeckyM@daff.gov.za / AngelMab@daff.gov.za

Physical address: Official Seed Testing Station, Directorate Plant Production,
Plant Genetic Resources Centre, KwaMhalanga Road, Roodeplaat,
Pretoria

Postal address: Official Seed Testing Centre, Directorate Plant Production,
Private Bag X250,
Pretoria,
0001

Share this page