Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ngosizo Mayelana nokufaka isicelo sezinhlelo esihambelana nokwenza imisebenzi ehambisana nokwenza ushintsho ezicukwini
Ngabe ufuna iphemithi ezokwazi ukuyisebenzisa ukwenza imisebenzi ehambelana nokwenza ushintsho ezicukwini e Mzansi Afrika? Bhalisela iphemithi kumbhalisi wokushintsha izicuku ku Genetically Modified Organisms (GMO).
Isigunyazo sikugunyaza ukuthi ukwazi uku:
- ukungenisa GMO eningizimu afrika
- ukukhipha GMO eningizimu afrika
- ukusebenzisa GMO kwizicwaningo
- ukwazisa GMO kwezemvelo eningizimu afrika lapho isi vivinyo zizobe zenzelwa khona
- ukuqhubeka nezinhlelo ezazigunyaziwe ngaphambilini
- commodity clearance (authorisation for use as food, feed or for processing) of GMOs
- Izithelo nokusebenzisa I GMO ngokuzuza imali
- ukubhalisela izinhlelo ezihlanganyela nama GMO
Okufanele ukwenze
- Ukubona uhlonzo lwezinhlelo ofisa ukuzigunyaza, bese ugcwalisa ifomu elinemininingwane edingekayo
- Yazi ukuthi lezimfaneko okumele uzifeze ngaphambi kwesicelo.
- Ngokufanelekile isicelo kumele siqhutshezelw engokugcwalisa kwezinhlelo ezingaphansi kwezemvelo zase ningizimu afrika emva kwezi gaba ezintathu sokusimama.
- Ukukhululwa kwezicelo senzelwa imisebenzi eyenziwa kwezemvelo e Mzansi Afrika ezigabeni ezintathu zonyaka.
- isicelo sokuqhubezelwa nezinhlelo sizokwamukelwa uma sikesatshenziswa nagphambilini
- Letha isicelo namanye amaphepha anemininingwane kumbhalisi we GMOs.
- Letha amanye amakhophi esicelo engenayo imininingwane eyimfihlo yebhezinisi lakho kumbhalisi we MGO
- Khokha inani elifanele.
- Letha amalipoti emisebenzi eyenziwe ngaphambilini uma kunesidingo.
- Letha isiqiniseko sesimemezelo emphakathini uma kunesidingo.
- Uma ufaka isicelo kumele usebenzise lemigomo elandelayo:
- guideline document for work with genetically modified organisms
- guideline document for use by the Advisory Committee when considering proposals/applications for activities with genetically modified organisms (esetshenziswa yiKomidi elilulekayo lapho libhekana neziphakamiso/nezicelo zemisebenzi yezinto eziphilayo okubuyekezwa nokuhlelwa ngendlela ehlukile kwama-gene)
- terms of reference for sub-committees to assist the Advisory Committee in terms of Section 11(2) of the Genetically Modified Organisms Act, 1997 (Act No. 15 of 1997)
- guideline document for making a public notification in terms of Regulation 6 of the GMO Act
- GMO transit policy.
Isikhathi esinqunyiwe
- Umbhalisi we GMO ubeka yokufaka isicelo ngezinto ezishintsha ufuzo umthetho ka 19197
- Umsizi Advisory Committee ukhipha imiphumela yemininingwano ehamba nesicelo.
- Umbhalisi uthola ilwazi kumphakathi ngesikhathi esinqunyiwe.
- Isikhulu se Executive Council isona esiphuma nesinqumo
- Uma usinqumo sikasikhulu sisihle, umbhalisi izoyikhipha iphemiti
- Onke amaphemithi anemithetho
Icwaningo kumnyango wezolimo ibhekelene nezamaphemithi.
Amafomu okumele agcwaliswe
(Amafomu atholakala nge PDF. Ukuvula amadokhumende e-PDF udinga uhlelo lwe-Adobe Acrobat Reader 4, noma yezinga eliphezulu kwikhompyutha yakho. Luzokwenza ukuthi ukwazi ukuvula amadokhumende ngokuqonde ngqo kwi-browser yakho.)
Amafomu [PDF]