Bhalisa njengothisha

Uma unguthisha oqeqeshiwe ofuna umsebenzi eNingizimu Afrika, kufanele ubhalise ngaphansi koMkhandlu Wothisha waseNingizimu Afrika (i-SACE).

Ngaphambi kokubhalisa ku-SACE kufanele ube neziqu ezifanelekile futhi ezamukelwe ngokusemthethweni ezikulungele ukuthi uqashwe njengothisha. Uma uneziqu zakwelinye izwe, kufanele zihlolwe futhi zicutshungulwe wuPhiko Lweziqu LwaseNingizimu Afrika (i-SAQA).

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokubhalisa njengothisha ngaphansi:

Share this page