Ukuqashelwa kwezinhlangano ezizimele ezinikeza izinsizakalo zokuxazululwa kwezingxabano

Ukuqashelwa kwezinhlangano ezizimele ezinikeza izinsizakalo zokuxazululwa kwezingxabanoInhlangano ezimele noma umkhandlu wezingxoxo ungase ufake isicelo kuKhomishana Yokubuyisana, Ukuxazulula Nokwahlulela (i-CCMA) icele ukuba iqashelwe ukuba: uxazulule izingxabano ngokubuyisana, futhi:

  • wahlulele izingxabano ezihlala zingaxazululiwe ngemva kwemizamo yokubuyisana.
  • Inhlangano ezimile yinhlangano ebhalisiwe enikeza izinsizakalo zokuxazulula izingxabano.

I-CCMA ingase idinge imininingwane eyengeziwe esekela isicelo futhi, ngenxa yaleyo njongo, ingase idinge ukuba ofake isicelo abe khona kumhlangano noma kwimihlangano eyobe ihleliwe.

Ukuthola ulwazi oluthe xaxamayelana nesitifiketi sezinhlangano ezizimele thintana ne-CCMA.

 

Call centre: 0861 16 16 16

Share this page