Sephepha-Mvume Lokuthengisa Ngezixa Ezikhulu

Izincazelo 
Izinyathelo okumele zilandelwe 
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi 
Izindleko 
Amafomu okumele agcwaliswe 
Indawo nendlela yokuxhumana

 

 

Izincazelo

Noma yimuphi umuntu ofuna ukudayisa imikhiqizo kawoyela kubathengi, kumele bafake isicelo selayisensi eMnyangweni wezaMandla nookuMbiwa phansi.

Ilayisensi ikuvumela ukuthi uthenge ubuye udayise imikhiqizo kawoyela ngezamba  (amalitha ayi-1500 noma ngaphezulu, ngesikalo ngasinye somkhiqizo) kumkhiqizi onelayisensi . Ilayisensi iyosebenza inqobo nje uma ibhizinisi lisasebenza.

Izinyathelo okumele zilandelwe

  • Gcwalisa:
    • Application for wholesale licence: DME 397 (Isicelo selayisensi yokuvula iwulusela  i-DME 397) kanye 
    • Wholesale licence annual information (submission form): DME 394 (Nolwazi olukhishwa minyaka yonke (ifomu lokuletha isicelo): i-DME 394 atholakala eMnyangweni wezaMandla nokumbiwa phansi).   
  • Thumelani ifomu eligcwalisiwe kuMnyangweni wezaMandla nookuMbiwa phansi.

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Umfakisicelo kumele athole impendulo ezinsukwini ezingama-90 kusukela ngosuku lokufakwa kwesicelo. 

Izindleko

  • R1 000 noma ngabe ubusuvele uqalile ukusebenza ngaphambi kokuqala ukusebenza koMthetho.  
  • R500 nokuyimali ekhokhwa ngonyaka yelayisensi.

Indawo nendlela yokuxhumana

 

Share this page