Isicelo sama-benefit okugula kwi UIF

Ungafaka isicelo sesinxephezelo sokugula esikhungweni sabasebenzi esiseduze uma ungumsebenzi odonselwa imali ye-UIF futhi uma ngeke ukwazi ukusebenza ngenxa yokugula.

Ukuze ufaneleke ukuthola isinxephezelo, kumele kube ukuthi ngesikhathi ugula uhola imali engaphansi kwaleyo oyiholayo ngokuvamile.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokucela isinxephezelo sokugula kwi-UIF noma thintana nabakwa-UIF.

 

Share this page