Bubikwa kanjani ubugebengu

Uma kwenzeka uba yisisulu sobugebengu, kumele ubike leso sigameko esiteshini samaphoyisa aseNingizimu Afrika esiseduze nawe.

Amaphoyisa azovula idokodo lecala bese enze uphenyo mayelana naleso senzo sobugebengu.

Uyakwazi futhi ukubikela amaphoyisa ngesenzo sobugebengu ngaphandle kokudalula igama lakho ngokushayela inombolo ethi: 08600 10111 noma ethi: 10111 uma kunesimo esiphuthumayo esiphathelene nobugebengu. Le nombolo isebenza amahora angama-24.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokuthi bubikwa kanjani ubugebengu emaphoyiseni.

 

Share this page