Usizo Lweposi Olungenamikhawulo

Mayelana
Okumele ukwenze
Kuthatha isikhathi esingakanani
Kubiza malini
Amafomu okufanele agcwaliswe
Kuthintwe bani

 

 

Mayelana nelayisensi yokwengamela umsebenzi wokuthuthwa kweposi Okungenamikhawulo

Abantu noma amabhizinisi azimele bangafaka isicelo sokusebenza ngokuletha usizo lweposi olungenamkhawulo.
Usizo lweposi olungenamikhawulo lolu:

  • Zonke izincwadi, amaposikhadi, izinto ezigayiwe ngomshini, amaphasela amancane kanye nezinye izinto zeposi ezingangeni ngaphansi kwenkundla yosizo lweposi olunemikhawulo.
  • Izinsizo zokuthuthwa kwamaphase.la kanye nanoma eziphi ezinye izinsizo zeposi ezingangeni ngaphansi kwenkundla yosizo lweposi olunemikhawulo.

Ukubhalisa okwesikhathi esiwunyaka owodwa kuphela kusukela ngosuku lokukhushwa kwesitifiketi sokubhalisa.
 

Okumele ukwenze

  1. Gcwalisa ifomu lokufaka isicelo, iFomu A.
  2. Khokha imali yokufaka isicelo ekhokhwa kanye engabuyeli emuva nge-inthanethi uyibhekise Kwisikhungo Esizimele esibhekelele ezokuxhumana eNingizimu Afrika (i-Icasa), Nedbank Account 1462003206, Branch name: Corporate Client Services Johannesburg, Branch Code: 145405..
  3. Faka ubufakazi bokuthi ukhokhile efomini lokufaka isicelo.
  4. Faka ifomu lokufaka isicelo ngephambu kokuba kushaye ihora le-16:00 ngezinsuku zokusebenza.

Kuthatha isikhathi esingakanani

Ilayisensi ingalunga emva kwezinsuku ezingama-30.

Kubiza malini

Tariffs 2020/21
 

Kuthintwe bani

 

ICASA head office
Tel: 012 568 3000/3001
E-mail: info@icasa.org.za 

Physical address: 350 Witch-Hazel Ave, Eco-Park Estate, Centurion, 0144
Postal address: Private Bag X10, Highveld Park 0169

Regional offices

 

Share this page