Ukubhalisela indawo njengowenza umanyolo kanye ne nembewu (AI centre)

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo nokubhalisela indawo njengowenza umanyolo kanye ne nembewu (AI centre)

Ukulinganisela, ukupakisha, ukufaka amalebuli, ukugcina kanye nokudayisa imvelaphi yezilwane, kufanele ubhalise indawo osebenzela kuyo njenge AI centre.

Indawo yakho kufanele ibe nalokhu okulandelayo:

  • Ihhovisi kanye nendawo yokucubungula
  • Indawo yokungena abantu
  • Imigwaqo esetshenziswa umphakathi futhi ibiyelwe
  • Izitebuli, nezibaya
  • Indawo eseceleni
  • Ichibi

planLokhu okungenhla kufanele kubekhona epulanini lakho lendawo.

Kumele ube nepulani You gceke elikhombisa ubukhulu kanye nencazelo yalokhu okulandelayo:

  • Amakamelo azisetshenziswa njengama hhovisi kanye nekamelo lokwenza ucwaningo. Okufaka lokhu:
    • Ukulinganisela, ukupakisha, ukufaka amalebuli, ukugcina kanye nokudayisa imvelaphi yezilwane
    • Amagumbi asetshenzisekwa ukuhlanza nokuhlanzisisa imishini
    • Indawo lakufikela khona abasebenzi kanye nezindlu zangasese.
  • Izitebuli, amapeni,indawo okulandwa kuyo isitoko crushes rooms
  • Isibaya kraals kanye nendawo engaphandle

Isilwane esigcinwe emagcekeni akho akufanele sihlangane nezinye izilwane ngaphandle kwengceke. Kufanele ubiyeke igceke.

Izilwane ezingciwe e quarantine akufanele zihlangane nezinye izilwane egcekeni. Kufanele uhlukanise izitebuli ezisetshenziswa ukugcina, ukuqoqa nokuhlola imvelaphi  yohlobo lwesilwane esithile ezindaweni ze quarantine. Qinisekisa ukuthi udoti awuyi kwamanye ama quarantine s noma kwezinye izitebuli.

Abantu abasebenza ngezingulube kuma quarantine akumele bahlangane nabanye abasebenzi abasebenza kwezinye izindawo egcekeni. There must be enough space in the premises for the animals to exercise.

Kufanele ubenamagumbi ahlukene ukwenza lokhu okulandelayo:

  • Indawo yokubhalisa.
  • Imishini esetshenziswayo ukubala, ukupakisha, ukwenza malebuli nokugcina imvelaphi yemikhiqizo.
  • Ukuhlanza, ukukhipha magciwane, ukuhlanzisisa kanyye noku lungiselela imishini esetshenziselwa ukuthola  imvelaphi  yemikhiqizo.

Abantu abaqoqa imikhiqizo kufanele bathole imvumo yokungena emagunjini  abhalwe ngenhla. Gcina amagumbi okuqoqela, okubala, ukupakisha, ukwenza amalebuli nokugcina imikhiqizo ihlanzekile ngaso sonke isikhathi.

Phansi, izindonga, usilingi la imikhiqizo yemvelo ehlala khona kufanele lihlanzeke ngaso sonke isikhathi futhi lipheephile njalo.

Okufanele ukwenze

  1. Thola ifomu uligcwalise: Application for registration of premises as a centre .
  2. Faka amakhophi mabili epulanini lendawo, kanye nesiqinisekiso sokuthi ukhokhile.
  3. Khokha inani elibekiwe ku:
    The Director-General of the Department of Agriculture, Forestry and Fisheries
    Standard Bank
    Account number: 011219556
    Branch: Arcadia
    Branch number: 000845/010845.
    Ref: Igama nesibongo sakho.
  4. Unga e-mail, upose noma uzihambisele wenaa mathupha isicelo sakho, ufake imininingwano edingakalayo kanye nesiqiniseko sokuthi ukhokhile.
    • Uma u e-mail isicelo sakho, kufanele u scan isicelo sakho, imininingwano edingakalayo kanye nesiqniseko sokuba ukhokhile ku: lesibanama@daff.gov.za.
    • Uma uposa isicelo sakho, siposelel ku: Private Bag X138, Pretoria, 0001
    • Uma uzihambisela wena mathupha isicelo sakho, hambisa kwa Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria.

Isikhathi esinqunyiwe

Akubekwe sikhathi.

Kubiza malini

R 6 030
 

Imininingwane yokuxhumana

 

Registrar: Animal Improvement

Tel: 012 319 7424/34
Fax: 012 319 7570/7425

Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria
Postal address: The Registrar of Animal Improvement, Private Bag X138, Pretoria, 0001

Share this page