Isicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo mayelana nesicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo:

Amalingelo abandidi zitshalo ayinxele sesabelo samalungelo anikezwe kubandisi bezitshalo ezintsha ngokwahluka kwazo. Ukwandiswa kwezitshalo ezitsha ezahlukene kunikezelwe kubandisi bezitshalo amalungelo okuvikela kwezithombo kwabangase bazuhlukumeze noma bazithathe ngaphandle kwemvume.

Uma wandisa izitshalo ezahlukene futhi udinga ukuthola uncedo lwezezimali noma isibonelelo ngokwemizamo yakho, kumele ubhalisele lokho noMabhalane wamalungelo abandisi sitshalo. Uthi uma usubhalisile nab obese ke uba inxenye noma ilunga nawe. Noma ngabe yimuphi umandisi wezitshalo noma isikhungo kumele sifake naso isicelo. Amandisi zitshalo bakwamanye amazwe kumele bafake izicelo ngokusebenzisa izikhungo ezincane ezakhiwe khona napha eNingizimu aFrika.

Abatshali zihlahla banikeziwe igunya lwezihlahla ezifakazisiwe ngokwamalungelo abatshali zihlahla omthetho ka 1976 (umthetho 15 ka 1976). Lokhu konke kubhalwe kuhla lokuqala (1) lemibandela.

Izidingo zokunikezela ngamalungelo okwandisa izitshalo

Ukuze unikezwe amalungelo okwandisa izitshalo, izitshalo ezahlukene kumele zibe zintsha. Isifunda, Umfaniswano, ukungaphazamiseki kuphinde kube negama alahlukile  ukwahlukahlukana kwamukelekile:

  • Kusha uma:
    • Into okwenziwe ngayo (Isithombo noma ukuhlukaniswa kwakhona nesihlahla) Ngokwahlukana sekudayisiwe eNingizimu aFrika esikhathini eside kunonyaka.  
    • Into okwenziwe ngayo ukwahluka kwezihlahla namagatsha ingakahlukiswa esikhathini esingangeminyaka eyisithupha, noma okungenzeka kwesinye isihlahla esikhathini esingaphezulu kweminyaka emine.
  • Umkhandlu uma sahlukaniseka kalula kolunye uhlobo olufanayo.
  • Umfaniswano uma isitshalo sifana nezinye.
  • Esingashintshi uma isitshalo sesisetshenziswe kaningi kodwa sikhipha isithelo esifana nesokuqala.

Isikhathi sokwandisa izitshalo

Uma uhlobo lwesitshalo sakho lwamukelekile, uzonikezwa igunya lokwandisa izitshalo. Ilungelo lokwandisa izitshalo livumelekile isikhathi esingangeminyaka engamashumu amabil nanhlanu uma kungesemivino noma izihlahla, iminyaka engamashumi amabili izinhlobonhlobo zohlobo lonyaka, kusukela ngosuku isitifiketi sikhishwe ngalo.

Qaphela: Njengomnikazi wemvumo yokwandisa izitshalo, kufane uvikele ilungelo lakho ngokuqinisekisa ukuthi isitshalo asisetshenziswa ngokungekona okusemthethweni ngumuntu ongenalo igunya.

Ukuvikela kwesikhashana

Ungabhalisela ukuvikela izitshalo okwesikhashana uhlobo oluhlukile kuze kuphele ukuhlolwa kwesitshalo kuphothulwa. Ukuvikela isitshalo isikhashana kusiza ezitshalweniezinjengombila la ukuhlolwa kuthatha isikhathi esingaphezu konyaka ukuba siphothulwe.

Kufanele wenzeni?

Ngenkathi usenegunya kufanele u:

  • Uvikele futhi uqinisekuse ukuhlukaniswa kwembewu kuyenzeka.
  • Khokha inani elifanele.

Uma uhluleka ukwenza lokhu, u Mbhalisi uzosula imvume onayo yokwandisa izitshalo.

Okufanele ukwenze

  1. Xhumana nohlu lwabakhulisa izitshalo.
  2. Uma uhlobo lwesitshalo alukho ohlwini lwezitshalo, hambisa incwadi ecela ukuba lolohlo kufakwe ohlwini ubhalele u Mbhalisi onikezela amalungelo okwandisa izitshalo.
  3. Uma uhlobo lwesitshalo lusohlwini, gcwalisa ifomu lokufaka isicelo nemininingwano okulandelayo.
    • Uhlobo lwesitshalo, okufaka igama, indawo negama lezwe la kutholakala khona isitshalo.
    • Incwadi evela kumnikazi, uma ungakaze wandise uhlele noma ukhulise izitshalo.
    • Ukwehlisa okuhlosiwe,okumele kulandele u sekshini 10 womthetho (wemigomo)
    • Izwe lapho uhlobo ludabuka khona noma lwatholakala khona. 
    • Imininingwane yezicelo zangaphambilini kwamanye amazwe zamalungelo okwandisa isitshalo noma yokufakwa ohleni olusemthethweni oluqondene nesitshalo esifanayo, kanye nezinsuku zokuthunyelwa, izinombolo zesicelo, izigaba zomjikelezo, izinsuku ezivunyelwe kanye namanani asetshenzisiwe.
    • Uma izinqanayana noma isivuno sohlobosesidayisiwe noma sesikhangisiwe, imininingwane yamazwe, izinsuku kanye namanani obungako athintekayo kulokhu okwenzekile.
    • Uhla oluphelele lwemibuzo eqondene nqgo. Cacisa ngokusobala ohleni lwemibuzo ukuthi yiziphi ezinye izinhlobo ezaziwayo ezingaqhathaniswa naloluhlobo olusha ukuze kubonakale umehluko
    • Abameli abasemagunyeni
    • Izindleko zesivivinyo
  4. Izinqanyana: izinsuku namanani obungako bezinqanyana okumele uzithumele zitholakakala ngokuzifuna kuMbhalisi.

Isikhathi esinqunyiwe

  • Inqubo yokuhlolwa kwamalungelo okwandiswa kwesitshalo ithatha cishe isizini eyodwa yokutshala.

Amafomu okumele agcwaliswe

Amafomu okufaka izicelo kanye nemibuzo  ebhekene nezitshalo kungatholakala ehhovisi likambhalisi futhi iyatholakala nakuxhumano lomoya: http://agriculture%2C%20land%20reform%20and%20rurual%20development/  ukuhlukanisa: izinhlobo zozalo:imvumo yabandisi bezihlahla.

Imininingwane yokuxhumana

1. Ihhovisi lika Mbhalisi:

Registrar: Plant Breeders’ Rights

Directorate Genetic Resources

Private Bag X973

PRETORIA

0001

253 Harvest House

30 Hamilton Street

Arcadia

Pretoria

Ukubhalisela ilungelo lokwandisa izitshalo: 

Noluthando Netnou Nkoana

Tel: +27 12 319 6183

Fax:+27 12 319 6385

E-mail: NoluthandoN@daff.gov.za



Ihhosi lokubhalisela izitshalo ezahlukene: Ukuhalisa kanye nezitshalo

Marcini Govender
Tel: +27 12 319 6226

Fax: +27 12 319 6385

E-mail: MarciniG@daff.gov.za



Ihhosi lokubhalisela izitshalo ezahlukene: Ezolimo kanye nezitshalo

Elna de Bruyn (CJ)
Tel: +27 12 319 6096

Fax: +27 12 319 6385 /0866923788

E-mail:  ElnaDB@daff.gov.za


2. Isikhungo sokuqhathanisa nokuhlunga:


Roodeplaat - Agricultural crops, vegetables and ornamental crops

Heléne Nel

Division Variety Control

Private Bag X11

GEZINA

0031

Tel: 083 230 4806 / 083 230 4791 / 082 656 3689/90/91/92

Fax: 083 235 9378

E-mail: HeleneN@daff.gov.za

Stellenbosch - Deciduous fruit, , strawberries, grapes, tunnel vegetables and Proteacea

Robyn Hierse or Carensa Petzer

Division Variety Control

Private Bag X5044

STELLENBOSCH

7599

Tel: 021 809 1648 / 1650 / 1653 / 1655

Fax: 021 887 2264

E-mail: RobynH@daff.gov.za/CarensaP@daff.gov.za

Nelspruit - Citrus and Subtropical fruits

Mark Schaffner

Division Variety Control

Private bag X11208

NELSPRUIT

1200

Tel: 013 753 7099 / 7100

Fax: 013 752 3854

E-mail: MarkS@arc.agric.za

 

 

Office of the Registrar:

Registrar: Plant Breeders’ Rights
Postal address: Directorate: Genetic Resources,
Private Bag X973,
Pretoria,
0001.

253 Harvest House,
30 Hamilton Street,
Arcadia,
Pretoria.

Noluthando Netnou Nkoana
Tel: +27 12 319 6183
Fax:+27 12 319 6385
E-mail: NoluthandoN@daff.gov.za

Plant Variety Registration Officer: Ornamental and Fruit crops
Marcini Govender
Tel: +27 12 319 6226
Fax: +27 12 319 6385
E-mail: MarciniG@daff.gov.za

Plant Variety Registration Officer: Agricultural and Vegetable crops
Elna de Bruyn (CJ)
Tel: 012 319 6096
Fax: 012 319 6385 /0866923788
E-mail: ElnaDB@daff.gov.za

2. DUS Evaluation centres:

Roodeplaat: Agricultural crops, vegetables and ornamental crops
Heléne Nel
Postal address: Division Variety Control,
Private Bag X11,
Gezina,
0031.

Tel: 083 230 4806 / 083 230 4791 / 082 656 3689/90/91/92
Fax: 083 235 9378
E-mail: HeleneN@daff.gov.za

Stellenbosch: Deciduous fruit, strawberries, grapes, tunnel vegetables and proteas
Robyn Hierse or Carensa Petzer
Division Variety Control,
Private Bag X5044,
Stellenbosch,
7599.

Tel: 021 809 1648 / 1650 / 1653 / 1655
Fax: 021 887 2264
E-mail: RobynH@daff.gov.za/CarensaP@daff.gov.za

Mbombela: Citrus and Subtropical fruits
Mark Schaffner
Division Variety Control,
Private bag X11208,
Mbombela,
1200.

Tel: 013 753 7099 / 7100
Fax: 013 752 3854
E-mail: MarkS@arc.agric.za

Share this page