Ngaphambi kokuba uvote okhethweni lukazwelonke, lwesifundazwe noma lukamasipala, kubandakanya nokhetho lwewadi ohlala kulo, kubalulekile ukuba ubhalise esifundeni sokuvota ohlala kuso. Lokhu kubalulekile kakhulu okhethweni lomasipala ngoba uvota esifundeni owabhalisa kuso kuphela.
Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokubhalisela ukuvota noma thintana neKhomishana yoKhetho Ezimele.