Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ngokubhalisela ukuhlanza izitshalo
Ukuze uhlanze isitshalo kufanele ubhalisele ku Mbhalisi we Act 36 ka 1947. Ukuhlanza izitshalo kusetshenziselwa ukuhlanza imikhiqizo yezilwane noma ngabe vertebrate or invertebrate oludalulwe uNgqongqoshe.
Ukuze uphumelele:
- Ukuhlanzwa kwezitshalo kumele kube ngokuzinze kuleli
- Kufanele uthole isicifikeci esihloliwe ngu mhlengi wezilwane kanye nomsebenzi wezemvelo ngakunaku
- Isitshalo kumele:
- sihambisane nezenhlanzeko
- sihambisane nemigomo yokuhlanzwa kwezitshalo
- Kube nendawo esizogcinwa kuyo
- process animal products that are free from pathogenic organisms.
- kwenziwee imikhiqizo yezilwane
Uma u Mbhalisi esethole isicelo sakho nemininingwano yocwaningo, Ifomu locwaningo ku Act ka 1947 uzocwaninga ukuthi isihlanzi zithelo siyayilandela yini imigomo ye Act (Act 36 of 1947).
Uma uMbhalisi egculisekile ngocwaningo, isithelo sizobhaliswa bese kukhishwa isitifiketi. Isicifiketi singasetshenziswa izinyanga ezintathu kuphela. Kumele ubhalisele ukuvuselela isitifiketi ngo 31st ku Mach onyakeni la isitifiketi siphela isikhathi.
Qaphela: u Mbhalisi we Act 36 of 1947 angacisha isitifiketi noma inini uma:
- Uhluleke ukuhambisana nomthethokamanyolo, ukudla okondla izilwane, amakhambi ku Act, 1947 (Act 36 of 1947)
- Uhluleke ukuhambisana nendlela okubhaliswa ngayo
- Isitshalo asihambisani nendlela edaluliwe noma ayisafanele ukuba isetshenziswe ukuhlanza izithelo
- Isitshalo asihambisani nenhlalo yabantu
Okufanele ukwenze
- Xhumana nesikhungo sezolimo sangakini uthole mhlengi wezilwane kanye nomsebenzi wezemvelo esigcawini sangakini.
- Cela umhlengi wezilwane kanye nowezemvelo ukuba bakwenzele ucwaningo ngesithalo kona uzothola ucwaningo kanye nelopoti evela kwezemvelo.
- Uma usuthole ilipoti kumele uthole ifomu lesicelo sokubhalisela ukuhlanza izithelo uligcwalise noma ungalitholal ifomu ku Mbhalisi e Agriculture Place, 20 Steve Biko Street, Arcadia, Pretoria.
- Khokha inani elibekiwe ngesheke, eposini, ku Director General: Isikhungo sezolimo nabamahlathi. Uma uzizihambisela isicelo mathupha kumele wenze isiqiniseko sokuthi uyalithola ilisidi elibonisa ukuthi ukhokhile Uma ukhokha ngokusebenzisa Indlela yesimanje yokukhokha kumele usebenzise imininingwano elandelayo.
Account name: NDA-ACT36 of 1947
Account Number: 11 2031 02
Reference: 13SP1 and the name of the plant, Branch code: 01 0845,
Bank Name: Standard Bank. - Ifomu lesicelo kumele lihambe nalokhu okulandelayo:
- Isiqiniseko sokuthi ukhokhile
- I repothi ephuma kwabezemvelo
- Ipulani lendawo kanye ndlela yokukhiqiza
- Thumela isicelo sakho ngeposi ku: The Registrar: Act No. 36 of 1947, Private Bag X343, Pretoria, 0001 noma ulilethe wena mathupha ku: The Registrar: Act No. 36 of 1947, Agriculture Place, 20 Steve Biko Street, Pretoria
Isikhathi esinqunyiwe
Kuthatha isikhathi esingangenyanga
Kubiza malini
Imali ekhokhwayo yowezi- 2025/26
Amafomu okumele agcwaliswe
Application for registration of a sterilising plant (Ukufaka isicelo sokuhlanza izithelo)
Imininingwane yokuxhumana
Administration
Lindinkosi Lembethe
Tel: 012 319 6863
E-mail: LindinkosiL@daff.gov.za
National office
Tel: 012 319 6657
Fax: 012 319 7179
Physical address: Agriculture Place, 20 Steve Biko Street, Arcadia, Pretoria
Postal address: Private Bag X343, Pretoria 0001
Web address: http://www.dalrrd.gov.za/