Ukukhokhela isikhwama sokunxephezela

Bonke abasebenzi kufanele babhalise ngaphansi kwesikhwama sokunxephezela bakhokhe imali yokuhlolwa yonyaka ebalwa ngokuthi umsebenzi uhola malini kanjalo nobungozi bomsebenzi awenzayo. Abanye abaqashi akudingekile ukuthi  bakhokhe imali yokuhlolwa.

Njalo ngonyaka ngombasa, isikhwama sokunxephezela sithumela isaziso sokuhlolwa esichasisa ukuthi yimalini ekhokhwayo yokuhlolwa.

Izimali ezikhokhwayo zinganyuka noma zehle kuncike ezindlekweni zomqashi zezingozi. Abaqashi abanezindleko eziphansi bangathola ukwaphulelwa imali yokuhlolwa.

Tholaulwazi oluthe xaxa mayelana nokukhokhela isikhwama sokunxephezela noma thintana nabesikhwama sokunxephezela.

 

Tel: 0860 105 350

E-mail address:
cfcallcentre@labour.gov.za 
cfenquiries@labour.gov.za

Share this page