Bhalisa ngaphansi kwesikhwama sokunxephezela

Ukuze ubhekelele ngokwenkokhelo abasebenzi bakho ezifweni ezitholakala emsebenzini, ukulimala kanye nokufa, kufanele ubhalise ngaphansi kwesiKhwama sokuNxephezela.

Isikhwama  sikhokhela abasebenzi abalandelayo:

  • abaqashwe ngokugcwele
  • bangabasizi basezindlini abalala emakotasi abawakhokhela irentiAbafunda noma abaqeqeshelwa umsebenzi  noma abasebenzi basepulazini  kanye
  • nabangabasebenzi abakhokhelwa yisikhungo esiqasha abasebenzi.

 Tholaulwazi  oluthe xaxa mayelana nokubhalisa ngaphansi kwesiKhwama sokuNxephezela noma thintana nabesiKhwama sokuNxephezela.

 

Tel: 0860 105 350

E-mail address:
cfcallcentre@labour.gov.za 
cfenquiries@labour.gov.za

Share this page