Uma ucwaswe ngokungemthetho noma ngayiphi indlela noma ubona ukuthi uyathinteka ezinxoxweni zenxabano, xhumana nenkantolo ebhekele ukulingana ukuze uthole usizo
Thola imininingwano ngenkantolo ebhekele ukulingana noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 357 8205.