Faka isicelo sokubhalisa njengomkhokhi wentela owesikhashana

Uma unemali ethile engenayo okungelona iholo lanyanga zonke noma imali oyinikelwa ukuthi uzibheke, kumele ubhalise njengomkhokhi wentela owesikhashana. Kumele-ke ukhokhele phambili inani lentela elongezwe kabili phakathi nonyaka wokuhlolwa, kuye ngesilinganiso semali engenayo okhokha intela kuyo. Kuyodingeka ukhokhe okokugcina ngemva kokuhlolwa.

Izinkampani zingena ngaphansi kwalolu hlelo lwentela ekhokhwa okwesikhashana.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nentela ekhokhwa okwesikhashana noma uthintane nabakwa-SARS.

 

Share this page