Ukuvikelwa kwezingane eziboshiwe

Umnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo usiza ukuvikela isithunzi kanye nempilo yezingane eziphule umthetho. Lomthetho ubhekele izingane ezisukela eminyakeni eyishumu nanye kuya eminyakeni eyishumu nesishiyaga lombili ezisolwa ngobugebengu.
Thola imininingwano mayelana nokuvikela izingane ezisolwa ngobugebengu noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 357 8205.

 

Share this page