Isicelo sokwamukelwa ukuqoqa imbewu yesilisa yenkunzi yenkomo

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo nokufaka sicelo sokuthola imvumo sokusebenzisa isilwane ngokunikela ngofuzo

Ukuqoqa imvelaphi yezilwane ezilwaneni kufanele uthole imvumo ku Mbhalisi kuqala.

Kufanele uthole amasampula egazi esilwane ofuna ukusisebenzisa. Uwathumele kumcwaningi we DNA testing. Umcwaningi uyobe esekunikeza isitifiketi sohlobo DNA lwlesilwane. Lesisitifiketi sidingwa ngu breeder’s wezilwane ukuqinisekisa imvelaphi yesilwane.

Kufanele kwaziwe Veterinarian elizocubungula isilwane. Xhumana ne nehhovisi le Veterinary eSikhungweni sangakini sezolimo, amahlathi kanye nezinhlanzi. Isilwane esizonikezela ngemvelaphi yaso kufanele sibe semimeni esihle sempilo. I Veterinarian izobhekisisa isidoda sezilwane nokunye okusemqoka. Emva kocwaningo, i Veterinarian izigcwalisa bese isayina ingxenye okufanele iyigcwalise efomini. Okunye ongakwenza ukuba uziqokele wena i Veterinarian.

Uma usuhambisile isicelo sakho, u Mbhalisi kanye nomkhiqizi wezilwane bazobhekisisa imininingwane ethulwe i Veterinarian kanye nocwaningo olwenziwe esilwaneni. Uma begculiseka, u Mbhalisi uzokwazisa ukuthi ulungiselele ukuhlolwa kwesilwane ukuze uthole isitifiketi. Uma kukhona okungahambi kahle, u Mbhalisi uzokwazisa ukuba  ulethe isitifiketi se karyotype . Uma u Mbhalisa nomkhiqizi wezilwane kanye ne yezilwane bengagculisekile bazokwazisa.

Qaphela: Uma ufuna ukuqoqa imvelaphi  yezilwane ezahlukene, kufanele ufake isicelo ngesilwane ngasinye.

Okufanele ukwenze

  1. Hambisa isampuli yegazi sesilwane ofuna ukusisebenzisa ukuthola imvelaphi yezilwane for ukuze sihlolwe lakucutshungulwa khona amagazi.
  2. Xhumana nesikhungo sangakini sezolimo, amahlathi kanye nezezinhlanzi ukuthola ihhovisi le veterinarian.
  3. Khokha inani elibekiwe nge sheke, postal order, money order ku Director-General: The Department of Agriculture, Forestry, and Fisheries. Uma uzozihambisela wena mathupha isicelo kanye nemali yesicelo. Qinisekisa ukuthi uthola ilisidi. Uma ukhokha ngesimanjemanje, sebenzisa lemininingwano elandaleyo:
    Account name: Director-General: The Department of Agriculture, Forestry, and Fisheries
    Standard Bank
    Account Number:  011219556
    Branch: Arcadia
    Branch number: 000845/010845
    Reference: Igama lakho nesibongo sakho
  4. Thola amafomu bese uyawagcwalisa. Gcwalisa ifomu kusukela kwisigaba sokuqala kuya kwesesithathu .
  5. Faka isitifiketi esibonisa isiqiniseko sesizukulwane kanye nesiqiniseko sokuthi ukhokhele ifomu lesicela sakho.
  6. humela isicelo sakho ngeposi ku: Private Bag X138, Pretoria 0001 noma zihambisele wena mathupha ku: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria .

Isikhathi esinqunyiwe

Kuthatha izinsuku ezingamashumi amathathu.

Kubiza malini

R620

Amafomu okumele agcwaliswe

Imininingwane yokuxhumana

 

Registrar: Animal Improvement

Tel.: 012 319 7424/34
Fax: 012 319 7570/7425

Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria
Postal address: The Registrar of Animal Improvement, Private Bag X138, Pretoria, 0001.

 

Share this page