Ukuqoqa izikweletu

Uma umuntu (okweletayo) ekukweleta, ungamuthathela izinyathelo zomthetho ukuze ukwazi ukuthi ubuyise okungokwakho. Lokhu kusho ukuthi umuntu okukweletayo angavela enkantolo yamacala amancane  ngokuzama ukuthi akubuyisele imali yakho. Lenkantolo yenza indlela yokudingakalayo kusheshe, kubelula futhi ngemali encane.

Thola imininingwano ngokuqoqwa kwezikweletu noma xhumana nehhovisi lezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelogional office uma udinga usizo.

 

Share this page