Isicelo sobhaliso njengomkhiqizi phansi kwe-AGOA

Bhalisa njengomkhiqizi eHhovisi lakwa-SARS ukuze uthole ukuthi yimaphi amazwe akhetha ukuthenga kuleli noma leli elithenga kuwo kanye kanye nemali yokungena kwezimpahla eMelika nalezo ezingena mahhala.

I-AGOA yaklanyelwa ukuzuzisa amazwe ase-Afrika ngokuwenza akwazi ukungena ezimakethe zaseMelika.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nendlela yokubhalisa njengomkhiqizi ngaphansi kwe-AGOA noma uthintane nabakwa-SARS.

 

Share this page