Isicelo somuntu obekwe yinkantolo njengohluleka ukukhokhela izikweledu (insolvent) ukuthi abuyiselwe esimweni esihle (rehabilitation)

Umuntu ongenamali ngumuntu okweletayo okuwukuthi (konke, kuhlanganiswa imali, ekungeyomuntu) ivalelwe.  Uma osesimeni sokulahlekelwa yikho konke  efuna kubhekisiswe (esedlulile esimeni sokungabi namali) kungakapheli iminyaka eyishumi ekade engenamali, angakwazi ukufaka isicelo sokuba isimo sakhe sibhekwe kabusha

Thola imininingwano ukufaka isicelo socwaningo ngophelelwe imali  noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 357 8205 noma thumela umyalezo ngendlela yokuxhumana yesimanje ku Chiefmaster@justice.gov.za.

 

Share this page