Ukunakekelwa kwabakhulelwe

Ukunakekelwa kwabakhulelwe (ngaphambi kokubeletha)

Ukunakekelwa kwabakhulelwe kubhekisela ekunakekelweni kwabesifazane abakhulelwe ngokwezempilo nokwelashwa. Inhloso yokunakekelwa kwabakhulelwe ukuzama ukubona ngaphambilini izinto ezingase zibe yizinkinga kusenesikhathi.

Ukanekekelwa kwabakhulelwe kuhlinzekwa kwamahhala emitholampilo kahulumeni.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokunakekelwa kwabakhulelwe noma uxhumane noMnyango WezeMpilo kule nombolo: 012 395 8000.

 

Share this page