Ukubhalisela umfelandawonye

Umfelandawonye isivumelwano esisemthethweni lapho ukuphathwa kwezimpahla kudluliselwa kumuntu noma isigungu (umfela ndawonye) ukuze kuhlomule omunye umuntu (ozothola ifa). Ungabhalisela imifelandaye emibili, ebizwa ngokuthi umfelandawonye we inter-vivos trust kanye ne testamentary trust. Lemifela ndawonye yomibili (Inter-vivos trust kanye ne testamentary trust) yenziwa phakathi kwabantu abaphilayo, kanti I testamentary trust ithathwa efeni likamufi. 

Thola imininigwano ngokubhalisela umfelandawinye noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 406 4805 noma uthumele umlayezo ngendlela yokuxhumana yesimanje ku Chiefmaster@justice.gov.za.

 

Share this page