Bhalisela ukusebenza njengochwepheshe kwezemnvelo

Ukubhalisa njengososayensi wezemvelo

Ukubhalisa njengososayensi wezemvelo oqeqeshiwe kuchaza ukuthi ozakwenu nabangase bakuqashe bakubona njengongoti onolwazi olunzulu nekhono. Umuntu obhalisile kuphela ongasebenza njengomeluleki kulo mkhakha.

Isayensi yezemvelo ibandakanya imikhakha eminingana yezemvelo eqondene nokuyisisekelo sezemvelo kanye nokunye okusuka kukho.

Ungabhalisa njenge:

  • Professional Natural Scientist
  • Candidate Natural Scientist
  • Certificated Natural Scientist

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokudingekayo, ngemali ekhokhwayo kanye nenqubo yokubhalisa kusizindalwazi soMkhandlu woSosayensi bezeMvelo abaQeqeshiwe WaseNingizimu Afrika noma thintana noMkhandlu kule nombolo: 012 841-1307 noma thumela i-imeyili ku: sacnasp@sacnasp.org.za

 

Share this page