Ukuze ubhekelele ngokwenkokhelo abasebenzi bakho ezifweni ezitholakala emsebenzini, ukulimala kanye nokufa, kufanele ubhalise ngaphansi kwesiKhwama sokuNxephezela.
Isikhwama sikhokhela abasebenzi abalandelayo:
- abaqashwe ngokugcwele
- bangabasizi basezindlini abalala emakotasi abawakhokhela irentiAbafunda noma abaqeqeshelwa umsebenzi noma abasebenzi basepulazini kanye
- nabangabasebenzi abakhokhelwa yisikhungo esiqasha abasebenzi.
Tholaulwazi oluthe xaxa mayelana nokubhalisa ngaphansi kwesiKhwama sokuNxephezela noma thintana nabesiKhwama sokuNxephezela.
Tel: 0860 105 350
E-mail address:
cfcallcentre@labour.gov.za
cfenquiries@labour.gov.za