Isikhwama esibhekele ukusiza abasifazane: Isivande

Isivande isikhwama esisiza basifazane ngenhloso yokukhuphula amagunya abantu besifazane, ngokuletha usizo lwemali engambi eqolo futhi okungenzima ukuyithola. Lesikhwama sabesifazane sibhekele amabhizinisi asemthethweni, angamaphesenti angamashumi ayisithupha aphethwe abantu besifazane noma amabhizinisi akhona iminyaka emibili noma ngemalimboleko esukela kwizinkulungwane ezingamashumu amathathu kuya kumakhulukhulu amabili.

Imininingwano iyatholakala kumnyango wezohwebo.

 

the dtic Customer Contact Centre
Tel: 0861 843 384

Share this page