Bika isifo esitholakala usemsebenzini kwabesikhwama sokunxephezela

Yazisa isiKhwama sokunxephezela uma abasebenzi bakho betheleleka ngezifo noma befa emva kokubhekana nesimo esiyingozi empilweni yabo besemsebenzini.

Izifo ezitholakala emsebenzini wukugula okudalwa yizinto ezisetshenziswayo noma yizimo abasebenzi abazithola bekuzo emsebenzini .

Kufanele ubike isifo esitholakala usemsebenzini esikhathini sezinyanga eziyi-12 abasebenzi besitholile, isikhathi sokuxilongwa noma usuku lokufa.

Tholaulwazi oluthe xaxa funisisa kabanzi mayelana nokubikwa kwesifo emsebenzini kwabesiKhwama sokunxephezela noma thintana nabesikhwama sokunxephezela.

Share this page