Uhwebo lwangaphandle kanye nesikhwama sokubeka imali

Uhwebo lwangaphandle kanye nesikhwama sokubeka imali kuthuthukisa uhwebo lwangaphandle lwemikhiqizo yase Ningizimu Afrika kanye nokuheha amazwe angaphandle.

Amabhizinisi ahlomulayo ilawa:

  • Abakhiqizi base Ningizimu Afrika kanye nabahweba namazwe angaphandle.
  • Izindlu zokuhweba zase ingizimu Afrika zamabhizinisi amancane, aphakathi nendawo noma amabhizinisi ayephethwe ngabantu abampofu phambilini.
  • Ikhomishini yase Ningizimu Afrika emele amabhizinisi amancane, aphakathi nendawo noma ayephethwe abantu abampofu ngaphambilini.
  • Amakhansela ase Ningizimu Afrika, kanye nososiyeshini omele okungenani izigaba eziyisihlanu.

Imininingwano iyatholakala kumnyango wezohwebo.

 

the dtic Customer Contact Centre
Tel: 0861 843 384

Share this page