Isicelo sabondliwa noma sabancike komunye kuMshuwalensi wabalahlekelwe yimisebenzi i-UIF

Ngemva kokushona kwalowo odonselwa imali ye-UIF, ungafaka isicelo sesinxephezelo salabo abebethembele kuye ku-UIF, uma ungomunye walaba:

  • oshade naye
  • umuntu abehlekisana naye
  • umnakekeli
  • ingane yomufi obedonselwa lo mshwalense.

Kumele ufake isicelo phakathi nezinyanga eziyisithupha eshonile lo obedonselwa lo mshwalense. Izingane ezineminyaka engaphansi kwama-21 zinelungelo lokuthola isinxephezelo uma engekho abeshade naye noma umuntu abehlekisana naye osele.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana nokucela isinxephezelo se-UIF salabo abathembele kulo odonselwa lo mshwalense noma thintana nabakwa-UIF.

 

Share this page