Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Kungani ufaka isicelo sokwesulwa kwemoto
Imibandela yokukhishwa kwemoto emgwaqeni:
- uma imoto ingekho ezingeni lokuba semgwaqeni
- uma intshontshiwe
- uma ishayise okungale kokukhandeka
- uma kunesibonelelo esithile.
Umkhandlu ukhipha incwadi yokuyesula emabhukwini, futhi imoto osekuphele iminyaka emine ingatheli iyasulwa.
Okufanele ukwenze
- Yana eziphathinimandla zokurejista eziseduze nawe kakhulu nemibhalo elandelayo:
- ikhophi efakazisiwe yencwadi kamazisi wakho
- ikhophi efakazisiwe yobufakazi bobunikazi bemoto (umnikazi wetayitela)
- imibhalo eyesekayo uma idingeka
- isitifketi sokurejista imoto.
- Gcwalisa ifomu lokufaka isicelo sokwesula imoto (ADV).
Kubiza malini
Lo msebenzi umahhala kodwa izinhlawulo nezimali ezisalele emuva emalini yelayisense zingakhokhwa uma isicelo sesedlulelwe yisikhathi.
Amafomu okumele agcwaliswe
Gcwalisa i-ADV etholakala emkhandlwini naku –Enatis website.
Contact your local department of transport