Imvume yokunikezela ngengane

‘Imvume’ ilungelo elibhalwe abazali, uma abazali bengekho, kuba ngobheka ingane, onikeza abazali abamukela umtwana. Abazali bengane, ogada ingane noma ingane abanganika imvume. Ingane inganika ilungelo lokuba ikhuliswe abanye abazali uma ingaphezu kweminyaka eyishumi

Thola imininingwano ngemvumo yokunikezela ngengane  noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 357 8205 noma uthumele umyalezo ngendlela yokuxhumana yesimanje ku: children@justice.gov.za.

 

Share this page