Ukuhlala isikhashana

Imvume yokuhlala isikhashana ivumela umuntu wakwelinye izwe, njengabafundi noma abasebenzi bakwamanye amazwe kanye nezivakashi, ukuba bahlale ngokusemthethweni eNingizimu Afrika isikhathi esingaphezu kwezinsuku ezingama-90.
Uma ufisa ukuhlala eNingizimu Afrika isikhathi esingaphansi kwezinsuku ezingama-90 uvakashele umndeni noma uzobona izwe, ungase ufake isicelo sokuthola i-visa yezivakashi.

Thola ulwazi oluthe xaxa mayelana

noma uthintane noMnyango Wezasekhaya.
 

 

Share this page