Imisebenzi ka Masipala

uMasipala uletha usizo lwamanzi kanye noGesi.

Imisebenzi engakhokhelwa kaMasipala iyimisebenzi enikezwa noma eyenziwa ngaphandle kokukhokha  kuHulumeni kwabahlali abantulayo. Lezi zinsiza kusebenza zinikezwa nguMasipala uphinde ufake nosizo oluncane luka gesi, amamzi kanye nokuthuthwa kwemigqhomo kadoti okwanele ukusiza ngezidingo nqangi kubantu abantulayo. Lezinsiza kusebenza kungenzeka ukuthi azikatholakali kubo bonke oMasipala.

Xhumana noMasipala wangakini ukufaka isicelo sezinsiza kusebenza. 

 

Share this page