Ukufakela isicelo sokuthuthela ezweni langaphandle Intshe kanye namaqanda Etshe

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo ngokufakela isicelo sokuthuthela ezweni langaphandle Intshe kanye namaqanda Entshe

Ukuthumela ezweni langaphandle intshe kanye manaqanda awo, kufanele ufakele isicelo sezothutho lwanga phandle kumnyango wokubhalisela.

Ukuthuthukiswa kwezilwane  zingakapheli izinsuku ezamashumi amathathu ngaphambi kokuthuthela ngaphandle.

Emva kokufakela isicelo, uzothola Isigunyazo saseningizimu afrika kuphini lwezintshe.

Uma kukhona umkhuhlane wezinyoni nezinye izifo, intshe ngeke ithunyelwe kwilizwe langaphandle ungakapheli lowo mkhuhlane. Kumele ube ngumuntu.

Okufanele ukwenze

  1. Gcwalisa ifomu lokufaka isicelo eliphuma kwabezokuthuthela ngaphandle intshe kanye namaqanda awo ku:
    The Registrar of Animal Improvement, Private Bag X138, Pretoria, 0001 or Delpen Building, corner Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria 0084.
  2. Thumelela nalezimfanelo
    • Imvumo ephuma kwilizwe la ozothumela khona intshe
    • Isitifiketi esigcwalisela ukuba sesimuweni esihle sempilo esiphuma kumtholampilo wezilwane
    • Incwadi egunyazayo esayiniwe nguwe okunye osebenzisana naye.
    • Izizathu nenqobo yokuthumela ezweni langaphandle.
  3. Usangasifakela isicelo sakho nge sheke okanye nangeposi kumphathi womnyango wezamasimu,amahlathi kanye nezokudoba.
    Imininingwane yase bangi imikanje:
    Standard Bank
    DAFF-Animal Improvement
    Branch: Pretoria
    Account no: 010725385
    Branch code: 010045.                                    

Isikhathi esinqunyiwe

Isicelo singathatha izinsuku ezingafinyelela kumashumi amathathu.

Kubiza malini

R390

Amafomu okumele agcwaliswe

Ukubhalisela ukungenisa Intshe kanye namaqanda ayo kuleli (Apply for exportation of ostriches or eggs)

Imininingwane yokuxhumana

 

Directorate: Animal Improvement

Tel: 012 319 7486
Fax: 012 319 7570
Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria
Postal address: The Registrar of Animal Improvement, Private Bag X138, Pretoria, 0001

Share this page