Ukunakekela nokukhulisa izitshalo ukuze ukwazi ukuwelisa nokuthumela izitshalo

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo mayelana nokufaka isicelo sokunikwa isitifiketi sokunakekela nokukhulisa izitshalo, ukuthumela uwelise izitshalo kanye nembewu ngaphesheya komhlaba uyise kwamanye amazwe.

Ukuze uthumele imbewu kanye nezitshalo kwamanye amazwe omhlaba, kumele ufake isicelo sokuvunyelwa ukunakekela nokukhulisa izitshalo. Thola iphepha mvume egunyazwe ngabezokuvikelwa kwezitshalo ezithunyelwa emazweni angaphandle.

Kumele uqonde ukuthi yini ukunakekela nokukhulisa izitshalo, imigomo yokuthumela yalawo mazwe aqondene nezitshalo ozozithumelayo. Uma impahla yakho ivumelana nezimfuno zokuthumela kwakulelozwe, uMnyango wezokuvikelwa kwezitshalo uyobe usukhipha isitifiketi sokunakekela nokukhulisa izitshalo.

Izitshalo kumele zithunyelwe kanye ne sitifiketi esingakopishwanga so kunakekela nokukhulisa izitshalo.

Okufanele ukwenze

  1. Kumele ugcwalise ifomu lesicelo sokunikezwa imvume noma isitifiketi sokunakekela nokukhulisa izitshalo bese usithumela:Inhlangano jikelele yezokuvikelwa kwezitshalo, Umnyango wezolimo, Amahlathi naba Dobi (DAFF), Private Bag X258, Pretoria, 0001 noma Harvest House, 30 Hamilton Street, Arcadia, Pretoria 0083
  2. Khokha imali evumelekile ngezobuchwepeshe bokukhokha imali noma uyihambise mathupha eMnyangweni lowo oqondene nayo: Imininingane yase Bhange:
    Standard Bank
    Igama lenombolo okumele uvake kuyo imali: uMnyango weZolimo, Amahlathi kanye nokuDoba: Ukuthumela impahla ekaliwe
    Inombolo yase Bhange: 011251735
    Igama lesikhungo: Arcadia
    Inombolo yesikhungo: 01-08-45
  3. Kumele uthathe izitshalo kanye nembewu uyihambise kubavikeli jikelele bezitshalo ukuze bahlaziye bahlole emahhovisini okuhlaziya aseduze nawe.
  4. Qiniseka ukuthi ufaka isitifiketi esingakopishiwe sokunakekela nokukhulisa izitshalo esihambisana nezimpahla ngesikhathi uthumela.

Isikhathi esinqunyiwe

It might take about 48 hours to process your application provided there are no additional activities.

Imininingwane yokuxhumana

 

Postal address:
National Plant Protection Organisation of South Africa (NPPOZA)
Department of Agriculture, Forestry and Fisheries
Plant Health Import Permit Office
P.O Box 40024
Arcadia
0007

Physical address:
Harvest House
30 Hamilton Street
Arcadia
Pretoria.

Contact numbers:
Tel: +27 12 319 6130/6102/6396/6383/6207
Fax: +27 12 329 8292
 

 

Share this page