Ukubhalisela ukuthumela izilwane, imbewu kanye nesidoda

Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana

 

 

Ngosizo okubhalisela ukuthumela izilwane, imbewu kanye nesidoda

Ukuthumela izilwane noma izinto eziphathelene nofuzo, njengembewu, isidoda Eningizimu Afrika, kufanele ubhalisele iphemithi ku Mbhalisi obhekele ukwenza ncono izilwane.

Ababhekele ukwandisa noma abanegunya lokubhalisa futhi kufanele bancome isicelo sakho sokuba uthumele kwamanye amazwe.

Thumela isicelo ku Mbhalisi ngaphambi kwezinsuku ezingamashumu amathathu uthumele izinto eziphathelene nofuzo.

Okufanele ukwenze

  1. Thola amafomu bese uyawagcwalisa ngokungcwele.
  2. Thumele isicelo sakho kanye nemininingwane edingalayo ku:
    Umbhalisi obheke ukwenzangcono izilwane
    Private Bag X138
    Epitoli
    0001
  3. Khokha imali edingakalayo bese uthumela isiqinisekiso sepheshana lokuthi ukhokhile kanye nefomu lesicelo:
    Imininingwane ye bhange:Igama lebhange: Standard Bank
    DAFF-Animal Improvement
    Igatsha: Pretoria
    inombolo yasebhange: 010725385
    ikhodi yegatsha: 010045
  4. Thumela isicelo kwababhekele ukwandisa noma ukubhalisela igunya lokuncoma.

Isikhathi esinqunyiwe

Isicelo siyophunyeleliswa ezinsukwini ezingamashumi amathathu.

Kubiza malini

R390

Imininingwane yokuxhumana

 

Directorate Animal Improvement

Tel: 012 319 7424/34
Fax: 012 319 7570/7425
Physical address: Delpen Building, Cnr Annie Botha Avenue and Union Street, Riviera, Pretoria
Postal address: The Registrar of Animal Improvement, Private Bag X138, Pretoria, 0001
 

Share this page