Ukubika ifa lomuntu oshonile

Umhlaba wodlulileyo emhlabeni kwenzeka uma umuntu efa bese eshiya indlu kanye noma incwadi yokuhlukanisa amafa noma okungasentshenziswa njengencwadi yokuhlukanisa amafa. UmhIaba kamufi kufanele ubikwe kumphathi kungakapheli izinsuku eziyishumu nane umufi edlulile emhlabeni. Ophethe noma onenxenye yomhlaba kamufi kufanele kube nguyena obika ukuthi umufi usedlulile emhlabeni, noma ophethe noma incwadi yokuhlukanisa amafa ikuye.

Thola imininingwano ngomhlaba kamufi noma xhumana nomnyango wezobulungiswa kanye nokubuyekezwa komthetho sisekelo kwinombolo ethi 012 406 4805 noma thumela umyalezo ngendlela yokuxhuma yesimanje ku Chiefmaster@justice.gov.za.

 

Share this page