Isikhwama esibhekele amafilimu kanye nezinhlelo zikamabonakude

Umongameli wase Ningizimu Afrika unikezela ngesikhwama sokwenzancono amafilimu nemikhiqizo kamabonakude. Lesikhwama sifaka amafilimu aphesheya kwezilwandle, nemikhiqizo kamabonakude kanye nemikhiqizo ezoheha imikhiqizo yamafilimu aphesheya ukuba ikhiqizwe kuleli kanye nemafilimu alapha Emzansi Afrika ahlose ukusiza imikhiqizo yamafilimu.

Imininingwano iyatholakala kumnyango wezohwebo.

 

the dtic Customer Contact Centre
Tel: 0861 843 384

Share this page