Inxenye yeshumi nambimbili (i) egqigquzela ukukhokhwa kwentela

Inxenye yeshumi nambimbili (i) egqigquzela ukukhokhwa kwentela, yenzelwe ukusiza isikhwama esingakasimami kahle. (njengemisebenzi emisha okusetshenziswa izinsiza kusebenza ezintsha), kanye nezikhwama esibizwa ngokuthi i Brownfield (njengokunweba noma ukwenzancono imisebenzi eyenziwayo). Lesisikhwama sisiza isikhwama sesamba sokuqala ibhizinisi kanye nokuqeqesha.

Imininingwano iyatholakala kumnyango wezohwebo.

 

the dtic Customer Contact Centre
Tel: 0861 843 384

Share this page