Ukunakekelwa kwangemva kokubeletha (ngemva kokuzalwa komntwana)

Ukunakekelwa kwangemva kokubeletha kwenzeka enkathini engemuva kokuzalwa komntwana.  Lokhu kubandakanya ukuxilongwa okuyinqubo ejwayelekile kwezokwelashwa kanye nokuqashelwa kowesifazane nengane yakhe.

Vakashela emtholampilo oseduze nawe kanye nengane yakho ukuze niyothola ukunakekelwa kwangemva kokuzalwa kwengane.

Funda kabanzi mayelana  nokunakekelwa kwangemva kokubeletha noma uxhumane noMnyango WezeMpilo kule nombolo 012 395 8000.

 

Share this page